LETTER: Udaba lokubuyiselwa umhlaba lunzima

Mhleli 
Izinhlelo zokubuyiselwa komhlaba kubaniniwo kuletha usizi iminjunju, izinyembezi, isibhaxu nokudovwandovwa kumalungelo ezakhamuzi emapulazini.

Mihla, ngemihla okwenziwa izisebenzi zoMnyango woMhlaba zibambisene nabelungu emapulazini, amakomiti amaTrust nama CPA amanye awo agweva nomhlaba obuyisiwe nakho konke okukuwo kuzuze wona wodwa, nalapho esizana nezisebenzi zoMnyango.

Koze kubenini uHulumeni ethalalisele ebamba eyeka?

Sibongela isicelo sase Farm Doctor ngoba ungenelele waxazulula umdonsiswana wamakhomiti abedonsisana eklwebhana efuna ukuzizuzisa wona.

Nathi emapulazini sinxusa uHulumeni asisize.

Siyayibonga imizabo yomama Khoza nezinhlangano ezinjengo Shishiliza ezilwela ubulungiswa emapulazini.
NguDumezweni

  AUTHOR
Letters

Latest News

COMMENTS

Top

Thanks for your referral. We have no doubt your friends will love our newsletter as much as you!

Don't forget to verify your email.

to our FREE newsletter
SUBSCRIBE to our FREE newsletter.




SELECT your titles:

Estcourt News
Ladysmith Gazette
Newcastle Advertiser
Northern Natal Courier
Vryheid Herald


Get regular news updates sent directly to your inbox.

Your source of local breaking news and trending stories from across the country.

Be a part of our growing community

1MILFacebook Fans
98KTwitter Followers
5MILMonthly Readers
12MILArticles Published Every Month
72Local Community Websites
CLICK HERETo view an example of our newsletter

SUBSCRIBE to our FREE newsletter

SELECT your titles:

Estcourt News
Ladysmith Gazette
Newcastle Advertiser
Northern Natal Courier
Vryheid Herald

Get regular news updates sent directly to you inbox.

Your source of local breaking news and trending stories from across the country.

Be a part of our growing community

Subscribe Here
1MILFacebook Fans
98KTwitter Followers
5MILMonthly Readers
12MILArticles Published Every Month
72Local Community Websites
Your details:


Your friends: